Ngehubo lethu simvume heh
Wayengithanda ngimubi nje
Nanxa ngimbona nokufa kwakhe
La engifela ngothando lwakhe
Kuse kungathi ngiswele ke
Ngiswele ke (‘Zilim’ezinkulungwane heh)
Nokub’ameva ngiwanyathela
Lapho ngihamba ngeyakh’indlela
Jesu wami mina (Uzopholis’amanxeba am)
Sengiyaphila ngezithembiso
Ezweni lapha ngiyahlupheka
Ngokub’uJesu yena uligugu lam
Ngiphiwe la ngokudinga kwami
Ngothini na? (Ngenhlanhl’engak’engiyiphiwe la?)
Sengiyabonga (Sengiyabonga ngothini na)