Weh mngani wami ngikucelile izolo
Ngathi kuwe asambe siy'enkonzweni
Wathi kimi ngikumoshela isikhathi
Namhlanje ngiyakubona futh'ukhathazekile
Woza sihambe siye enkonzweni
Weh mngani wami uhamba nobani (Mina ngihamba Naye)
Hayi uJesu wami (UJesu wami)
Heh ngiyabuza wen'uhamba nobani (Mina ngihamba Naye)
Ngoba mina ngihamba noJesu (UJesu wami)
Ake uyekele izinto zomhlaba
Hayi, hayi, hayi weh mnganami
Ake uyekele izinto zomhlaba
Hayi weh mnganami (Mina ngihamba Naye)
Kodwa mina ngihamba noJesu (UJesu wami)
Hayi weh mnganami (Mina ngihamba Naye)
Ngoba mina ngihamba noJesu (UJesu wami)
Ngicel'ukubuza nakuwe mama (Mina ngihamba Naye)
Hayi uJesu wami (UJesu wami)
Ngicel'ukubuza nakuwe baba (Mina ngihamba Naye)
Hayi, hayi, hayi (Mina ngihamba Naye)
Oh ungithatha la (Angibeke la)
Hayi, hayi, hayi (Ungisusa la wangibeka)
Hayi bo ungithatha la (Angibeke la)
Hayi, hayi, hayi (Ungisusa la wangibeka)
Ngicel'ukubuza nakuwe bhuti (Mina ngihamba Naye)
Ngoba mina ngihamba noJesu (UJesu wami)
Ngicel'ukubuza nakuwe sisi (Mina ngihamba Naye)
Ngoba mina ngihamba noJesu (UJesu wami)
Oh ungithatha la (Angibeke la)
Hayi bo (Ungisuse la wangibeka)
Oh ungithatha la (Angibeke la)
Hayi, hayi, hayi (Ungisuse la wangibeka)
Ngicel'ukubuza nakuwe mama
Ukuthi wena uhamba nobani
Ngicel'ukubuza nakuwe bhuti
Ey wena kanti uhamba nobani
Hayi wena uhamba nobani (UJesu wami)
Mina bo ngihamba noJesu (UJesu wami)
Ngicel'ukubuza (Angibeke la)
Uhamba nobani (Angibeke le, angisuse la, angibeke le)
Oh ungithatha la (Angibeke la)
Angisuse la (Angisuse la, angibeke le)
Mina ngihamba noJesu wami
Mina ngihamba noJesu wami
Ngoba yena ungiphatha kamnandi