LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

iStep Father

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Ya ya ya ya ya ya ya ya ya
Olefied

Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa akasekho
Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa akasekho

Ngisho bengathi ungdlisile umuthi
I will take care of you nengane yakho futhi
And I understand ukuthi baba bayo akanifuni
Ukuthi ubaba wayo akanifuni
Ungathuki mina angihluphi
Ngyobakhona kuze kushaye uKhisimusi
Ungathuki my love
Mina ngikhona angsuki my love
And angfuni lutho nje
Ngfuna ikhule iziqede ukfunda my love
Ngfuna ingbize ubaba ithole uthando ebihlezi ilifuna my love
Ungathuki

Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa akasekho
Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa akasekho

Ngizoba nani iziqede iskole
Wena yeka ingane ihlale nami ngyenzele konke
And futhi ngyazi kuzoba mnandi konke
Futhi kuzoba mnandi konke
Masihlakanipha isifuna uyise
Ngyafunga ngeke ize ingikhohlwe
Ngizoyinika uthando olungapheli
Ngihlale nayo ngingabaleki
Ngfunga umama
Ngfunga ubaba
Ngibafunga bonke bephelele mah
Ngizoyinika uthando ekade ilifuna my love
Ungathuki

Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa kasekho
Manje sekzoba imina
Ubaba wengane yakho
Ngoba lo owakumithisa akasekho
Ngoba lo owakukhulelisa akasekho

WRITERS

Khethukuthula Yalo

PUBLISHERS

Lyrics © O/B/O DistroKid

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

LyricIQ Analysis

Top Emotion

Enjoyment

Sentiment
Thumbsup IconThumbsup IconThumbsup Icon
Theme

None