Cel' ungipha imzuzwana nje
Cel' uk'hlephula kancane nje
Cel' ung'lalele kancane nje
Awuthi ngigende amagama kancane nje
Awuthi ngikgayel' ihlaya kancane nje
Ngithi ukukbona uhleka nje
Cel' ungipha imzuzwana nje
Cel' uk'hlephula kancane nje
Cel' ung'lalele kancane nje
Awuthi ngigende amagama kancane nje
Awuthi ngikgayel' ihlaya kancane nje
Ngithi ukukbona uhleka nje
Ungtshele mek'khona onenkinga ey
Awbuke ngyakngena bamb' inja
Buka ngyakngena bamb' inja
Woza uzohlala la enhliziyweni yami wedwa
Ngizwe ke nami angifuni ukukhuluma nezimpintshi zakho
Yazi Mina ngiqondanana nawe
Yonke into emayelana nawe
Ngyabona baningi kodwa ng'hamba nawe
Cela ungabavumeli bezingene ngaphakathi
Ngoba abanqeni ukuy'hlakaza
Ngyazi ngisho noma sengibaGqobha
yoThando leli engilizwayo makudlula wena la
Angibaboni Mina ng'bheke wena ngathi ubungshaye ngoBheka Mina ngedwa
Ngoba nawe ubheke Mina ngedwa
Nami ngzowenza lokh' okwenzayo
Cel' ungipha imzuzwana nje
Cel' uk'hlephula kancane nje
Cel' ung'lalele kancane nje
Awuthi ngigende amagama kancane nje
Awuthi ngikgayel' ihlaya kancane nje
Ngithi ukuk'bona uhleka nje
Cel' ungipha imzuzwana nje
Cel' uk'hlephula kancane nje
Cel' ung'lalele kancane nje
Awuthi ngigende amagama kancane nje
Awuthi ngikgayel' ihlaya kancane nje
Ngithi ukuk'bona uhleka nje