Vula izandla Ntombi yami,
Ngiphinde ngikwamukelise uthando lwakho,
Ei Bamba la ubambe nantu ubambo lwakho,
Ei kuthi angiphinde ngishele noma sesithandana,
Ukhombise umhlaba izithelo zakho,
Ei Ubuhle bakho is'khali wena empini oyolwa ngaso,
Ngoba uyamangaza ntombi yami
Yeh ngajike ngawudlala nawe
(uyena uyena ubambolwami),
(uyena uyena ubambolwami),
Ilamba lidlile nefiga ye 10/10,
Ngimbeka esfubeni engibuke engitefele,
Vele ngibone nami ngibakweleta okukhulu ekhweni,
Aw mina ngawuphula umthetho wey'nsizwa kuwe wokuthi intombi ishelwa ngamanga,
Ngakukhipha okusenhlizweni kwakuqonda nqo angizanga nemali,
Ei mawusuthi uyangithanda
Kufika loyamuzwa owangifikela usanda kuqoma sthandwa sami,
Bathuswa yini ngoba silala ngangubenye,
Bathuswa yini ngoba silala ngangubenye,
Sondela sthandwa sami uvule izandla Ntombi yami,
Ngiphinde ngikwamukelise uthando lwakho,
Ei Bamba la ubambe nantu ubambo lwakho
Ei kuthi angiphinde ngishele noma sesithandana,
Ukhombise umhlaba izithelo zakho,
Ei Ubuhle bakho is'khali wena empini oyolwa ngaso
Ngoba uyamangaza ntombi yami,
Yeh ngajike ngawudlala nawe
(uyena uyena ubambolwami)
(uyena uyena ubambolwami)
Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu,
Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu,
Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu,
Futhi sithandana ngempela nganeyomuntu."