Written by: Malusi Menzi Dlodlo
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Esibayeni sika baba ongizalayo,
Zilesibayeni (eziyokulobola )
Zophuma esibayeni sika baba ongizalayo,
Ilanga lisamile la elaliphuma khona akukashintshi lutho,
Into engichaza ngawe iyodwa uyangithanda awenzeli ukubukwa,
Imfundiso nenhlonipho yabazali bakho
Ukukhanya kweyihlabathi zolwandle,
Ngathi wake waphila nakuqala,
Impisikazi yezimpisi eyinjengami,
Ngamkhetha bephelele angiysoli
Ngamkhetha bephelele angiysoli
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Esibayeni sika baba ongizalayo,
Zilesibayeni (eziyokulobola )
Zophuma esibayeni sika baba ongizalayo,
Inqondo ibhale ngonyawo phansi,
Nesinqe siyokudida mfanam
Inqondo ibhale ngonyawo phansi,
Sphaphalala in and out ngiyatshela,
Zithi faca iihlathi angiphathi mayehleka,
Sphaphalala in and out ngiyatshela,
Zithi faca iihlathi angiphathi mayehleka,
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Into ethi mayimile igcwale iphinifa,
Esibayeni sika baba ongizalayo,
Zilesibayeni (eziyokulobola )
Zophuma esibayeni sika baba ongizalayo,