LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyrics
Yima, thula
Mntwana mus'ukukhala
Uthando lwami ngolwakho wedwa
Ima, thula, baby mus'uk'khlala
Uthando lwami ngolwakho wedwa

Baby buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa
Uzongibulala ngomzwangedwa

Baby buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa
Uzongibulal'umzwangedwa

Ukub'uyazi mntwan'omuntu
My love for you is true
Ngab'awungibuzi
Lemibuzo yonke ongibuza yona

Banomona bafuna sihlukane baby
Uthando lwami lungolwakho wedwa

Baby buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa
Ngizobulawa umzwangedwa

Oh buya
Baby buya
Mus'ungishiya ngedwa baby
Oh ngizobulawa umzwangedwa

Angisathandi mntan'omuntu
Ukuhlala ngikuncenga njalo
Ngoba wena ukholwa abantu
Njalo, njalo, njalo
Njalo, njalo, njalo, njalo, njalo

Kanti naw'uzongikholwa nini na?
Ngiyindoda baby

Buya
My baby buya
Hey baby mus'ungshiya ngedwa
Uzongbulala nya ngomzwangedwa

Buya
My baby buya
Ngiyakucela ungangishiyi ngedwa
Ngiyawusaba, ngiyawusaba, ngiyawusaba
Umzwangedwa

Ngixolele, ngixolele mntanomuntu
Kodwa angenzanga lutho
Inkinga nje ukuthi ngiyakuthanda
And ngizinikele kuwe

Baby buya
Baby buya
Hey ngiyakuncenga mus'ungishiya ngedwa
Ngibulawa ngumzwangedwa

Buya
Ungabuyi ngomso ungabuyi usasa
Buya manje
Angifun'ukushiywa ngedwa
Ngob'uzongibulala umzwangedwa
Ngicela ubuye mama

WRITERS

MONDLI NGCOBO, SIQULA MKHULULI

PUBLISHERS

Lyrics © Universal Music Publishing Group

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

From This Artist