We Mbidla! (Cisha, Cisha)
Sek'fike lensizwa edlala ngosiba
Suk' endleleni, sek'fike les'phihli
Ngek' ungacwili, nal' uketshezi
Seng'gconwa sibhuda sesithi wembidla kaw'veze leyo nkece
Seng'khonjwa zintupha neziphohlong' izinzipho zihosh' umkeqe
Seng'jojwa mikhuba kuvezw' imilenze nakhu seng'bon' is'khence
Bafun' ukung'dida bathi kucons' uketshezi k'lekhekhe
Lomphimbo yimbulukhesheni mang'thamunda kuvele kuvuk' uphefeni
Lomphimb' unomtshing' othi ntshilo ungaw'ntshingi batshele bangaw' tsheleki
Lomqingo yinqwaba yey'ncingo zohlanya int' engatsheleki
Lomchilo yichithangcubula keph' unezimanga umutsh' ongeleki
K'phakam' impakama ek'seni, kepha loshun' amazol' angapheli
Qala ngok'bala amatemu, law' amabizo anohlonze kapheli
Nkala amagala amanengi, lana zibuya ngok'lala amaqel'
Hlala kanjal' ungadedi, nom' ungagwinyi, ngisematheni
K'sala nengcabha izithwala
Lamagabelo waxaka obaba abadala
Ngangena ngavala ngehlahla
Owasinda wasal' emagudufesi
Ingom' emnandi, iyaphindw' ingom' emnandi
Ingom' emnandi, iyaphindw' ingom' emnandi
Ingom' emnandi, iyaphindw' ingom' emnandi
Ingom' emnandi, iyaphindw' ingom' emnandi
Iyaphindw' ingom' emnandi
Iyaphindw' ingom' emnandi
Iyaphindw' ingom' emnandi