Ngibuka babhung' ubumbuka
Abafuni ng'wathol' amathuba.
Ang'saw'tholi nomphako wendlela.
Ngibuka babhung' ubumbuka
Abafuni ng'wathol' amathuba.
Ang'saw'tholi nomphako wendlela.
Yabhok' ibhokoda ngobhoko
Kubhong' izinyane lemboma
Ngibhubhis' is'bhubhubhu mabhungu
Nophenduk' ubhududu ngesibhudubhudu
Ngigwaqazisa ngiy'mbedula
Bhanyabhanya ng'yabhedula, bheduka goduka
IMbidla nans' ibhek' is'bhuda,
Ngumbedumehlwana ngiy'mbhube.
Ngibuka babhung' ubumbuka
Abafuni ng'wathol' amathuba.
Ang'saw'tholi nomphako wendlela.
Ngibuka babhung' ubumbuka
Abafuni ng'wathol' amathuba.
Ang'saw'tholi nomphako wendlela.
Bang'biza ngeMbidla la ng'qhamuka khona (99)
Ng'vivile ng'qin' okwes'khokho
K'khona lento elok' inkentez' emadlebeni
Ithi nsizwa qhakambis' ikhono
Bheka, ngiw'khokhovula skhokho angizuk'khankasa
Ng'yakhazimula nizikhasakhasana
Ngisazon' khathaza ngas'khathi
Nom' unamakhathakhatha kang'khathali.
Nsizwa ang'sinisi mahleza gwem' ukuba y'sitha
Ngisiphun' umsipha kusebentini
Is'mukanandwendwe ngiyas'sikihla mang'sukwa usinga
Ngezwa lob'gudlugudlu boguluv' obhem' igudu egula gumbulukuqu
Qede ngay'dudula ngay'dumela ngenduku
Imbuya ngayidla kanye nombhubhudlo
Yabhora manje ngizidlel' ubhotela
Ngibhubhis' amabhoxongwana uzozwa bathi ng'yabhimba
Ibhodl' ibhembuluka nges'vinini ses'dakw' es'bon' ibhodlela
Ng'bhebhetheka njengomlilo
Ng'yak'bheka ugibel' ibhay'sikili ng'gibel ubhombela (Shwele)
Ngibuka babhung' ubumbuka
Abafuni ng'wathol' amathuba.
Ang'saw'tholi nomphako wendlela.