Nants' inkezo kaw'chathaz' inhlese
Nants' inkezo kaw'chathaz' inhlese
Nants' inkezo kaw'chathaz' inhlese
Nants' inkezo kaw'chathaz' inhlese
Min' uk'cish' ababhemu nge' ng'pheze
Noze n'gubh' umswarelo n'gwazel'inkece.
Nizokhothama la nithi Mnewethu ngenkani ng'MisuZulu ngidl' uMal'zwende.
Ng'thath' iskhala sami ngumastende.
Nakules'ya s'khala nong'phembhel' imeshe.
Nazi iy'khali zam' iklwa nenhlendla zib'khali zik'thint' ukhalis' okwentswempe.
Nants' inkezo kaw'chathaz' inhlese
Keng'habul' ijiki ngizw' amapercent.
Ng'sazominyaminya ngize ng'hlabek' imekwa
Ayand' ungang'thathi nges'Nxele
KesiZwane ning'biz' uMangethe
Nengenabhas'kid' iyangen' emakethe
Ngadalwa ney'nyamazane ngisaLind' uMkhont' uMdali wathi Mangethe
Ng'sazogadla lengom' ay'namngcele
Ay'nampheme ng'zophiqeleka ngeke ng'pheze
Ng'zophind' umphehlu ng'phume ng'pheth' izaqheqhe mak'phela lephepha ng'ncind' is'thupha ng'pheqe.
Qhela bhojongwana k'ngen' ingqwele
Engal'bheki nekhanda mfan' ivel' igqeme
Qaphel' ingqomfela kavongwe, ng'shiya beqandula
Ng'gqilaz' ingoma qede ng'ngqeshe
Nans' inkezo kaw'chathaz inhlese
Nans' inkezo kaw'chathaz inhlese
Nans' inkezo kaw'chathaz inhlese
Nans' inkezo kaw'chathaz inhlese
Khiph' ikhathaz' emfuthweni, umvuka wendulo!
Khiph' ikhathaz' emfuthweni, umvuka wendulo!
Khiph' ikhathaz' emfuthweni, umvuka wendulo!
Impi yamadube ayikalothi, lona umvuka wendulo!
Umvuka woJama, umvuka wey'jaka, umvuka wey'ngqalab'khosi bukaNdaba.
Umvuka webuth' el'mavav' amaqhaw' anamava,
Bavuka kwagqama k'qala k'qhel' iy'gqala
K'ded' isangca imbala solokoz' udwadwa (ishuu)
Kade ngash' mina ng'zalw' amaqhawe (ng'zalw' amaqhaw' iy'nsizwa)
Kade ng'batshela mina nguw'zalo lweqhawe (ng'zalwa zinsizw' amabutho)
Ngizalwa zinsizwa (iinsizw' iinsizw' amashinga)
(Thinta mina mfan' uzogob' umlenze)